Ngikhumbul' uma
Ak'savumi, uma
Ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Ngith' ak'savumi
Ng'khumbul' uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngeke ni-understande
Uyojabula mang'fika
Athi uShembe uyaphila
Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila
Beka i'khwama ke Msamu
Land' impepho kagogo erondweni
Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni
Imvul' iyana emakhaya
Ses'phelile amakhaza
Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngob' ngempela uzong'gcwaba
Yaz' uma, av'unamahlaya
Ngek' ushone ng'sak'thanda
K'yoba is'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada
Ngob' uyokwazi 'th'ukung'bonisa
Mase zing'buyela emshadweni
Ngoba uyokwazi 'th'ukung'duduza
Mase zing'buyela ng'thi emshadweni
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
'Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Into eng'ythanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya, ak'ngenwa ngemali
Noma ng'ngasebenzi umama ung'thanda ngingenani
Nom' umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi, "mntanam' ungakhali"
'Bukek' ukhathele, awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Поcмотреть все песни артиста
Другие альбомы исполнителя