Kishore Kumar Hits

Sjava - Siyabonga текст песни

Исполнитель: Sjava

альбом: Ukhamba


Ngesiny' isikhathi sokuthi ubonge
Ungaceli, ubonge nje, ubonge
Konke okuhle, ubonge nje
Ngibong' uthando, ngibong'impilo
Ngibonga konke okuhle, ongenzele kona
Ngibonga abazali bami
Umndeni ongiphe wona
Ngibonga konke, ongenzele kona
Ngibong' uthando, ngibong' impilo
Ngibonga konke okuhle ongenzele kona
Busis' ukphanda kwami
Ngibong' impumelelo
Nngi bonga konke okuhle (ayi) ong'yenzele kona (ayi)
Shun'wenkabi (ng'yabonga) Baba sibongu thando
Sibong' uk'vuka sisaphila
Konke okwenza kithi impilweni zethu sibong' ukuwina
Uhambo sibong' ukufika nempumelelo was'nika
Abalale ngokuthula nabobonke asebasishiya
Sibazwile bekhuluma bathi ngeke siphumelele
Asibuthandi nobuthongo ngeke siphumelele
Kodwa sithembe wena kolukunzima usi'lekelele
Kukhona basi funa phansi basibangisa impumelelo
Angeke ngilahl' ithemba,baba ngihluleke ngizamile
Oh konke okwenza kimi washiy'izitha zijabhile
Ipapa lisetafuleni khon' olala engingadlile
Sikwenza ngentando yakho ubosisixolela masonile
Sibonga ukuvuka siyophanda safaila, 'sazozama
Sibong' ukufihla ikhanda nom'izindlu ezodaka
Akukhanye sibong'inhlanhla nokusebenza ngoku zikhanda
Baba sibong' ukushada nakuzitha sibong' inhlamba
Ngibong' uthando, ngibong'impilo
Ngibonga konke okuhle, ongenzele kona
Ngibonga abazali bami
Umndeni ongiphe wona
Ngibonga konke, ongenzele kona
Ngibong' uthando, ngibong' impilo
Ngibonga konke okuhle ongenzele kona
Busis' uk'phanda kwami
Ngibong impumelelo
Ngibonga (ayi) konke okuhle (Shun'wenkabi) ongenzele kona (ayi)
Ayi (ngiyabonga) Baba sibong'izitha noma sizibiza nge zinja
Inhlamba esitholayo sezaphenduk' isitebhisi
Kuba khona e'duze kwethu loko kudlala enkulu indimi
Impumelelo kimi yis'isikhathi sokunqoba isitha
Okwenza empilweni zethu Nkosi yami siyabonga
Indlela siyabonga kwimpumelelo siya khona
Sisebenza kanzima sekuze kuthiwa siyaloya
Baba uyabukisa konk' esikuyenzayo siyakubonga
Ngibong' uthando, ngibong'impilo
Ngibonga konke okuhle, ongenzele kona
Ngibonga abazali bami
Umndeni ongiphe wona
Ngibonga konke, ongenzele kona
Ngibong' uthando, ngibong' impilo
Ngibonga konke okuhle ongenzele kona
Busis' uk'phanda kwami
Ngibong impumelelo
Ngibonga konke okuhle ongenzele kona
(Awu ngiyabonga)
Konk' ongenzele kona aw'Baba ngiyabonga
Phila nathi njalo Baba ngiyabonga
Konk' osenzela kona ngiyabonga
Hhey hamba nathi Baba

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

Azana

Исполнитель

K.O

Исполнитель