Kishore Kumar Hits

Tebello Sukwene - Jesu Themba - Live текст песни

Исполнитель: Tebello Sukwene

альбом: He's Alive


Ngokwami angikwazi
Ukulandel' uJesu
Imizamo yami
Nokwenza kwami
Kungidedisa kuye
Umusa nothando lwakhe
Lungihola ingunaphakade
Umusa nothando lwakhe
Lungihola ingunaphakade
Oh Jesu themba lami
Nguwe ongumelusi wami
Manginawe angesabi ukuhamb' indlela yam
Nom' indlela isinyukela
Wen' uyabamba isandla sam
Umusa nothando lwakhe
Lungihola ingunaphakade
Oh Jesu themba lami
Nguwe ongumelusi wami
Oh Jesu themba lami
Nguwe ongumelusi wami
Akekh' omuny' ofana nawe
Oh ungumelusi wami
Ungihola emadlelweni aluhlaza
Oh msindisi
Nguw' izolo, nguwe namhla
Isiqalo, ne siphetho
Ungu Alpha, no Omega
Nguwe nguwe, nguwe nguwe

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

HLE

Исполнитель