Kishore Kumar Hits

Big Zulu - Ichwane Lenyoka текст песни

Исполнитель: Big Zulu

альбом: Ichwane Lenyoka


Angnabazali
Eshe

Mina ngichwane lenyoka eshe (ang'nabazali ngintandane)
Mina ngiyinkabi edla yodwa (ang'nabazali ngintandane)
(Ang'nabani ngintandane)
Ngang' no mano baba mina
Ng'khumbul' uma no baba mina hhey
Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina
Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina
(Ng'khumbul' uma no baba mina) Shuni wenkabi ay
Min' ek'khuleni kwami ngakhula ngenabazali
Uthando la mama nola baba mina angilazi
Umfudumalo yekhaya eyentokozo ungay'phathi
Yiko ngili chwane leNyoka ngafunda uk'phanta ngisemncane
Hhayi ngoba ngangithanda kodwa nje ngang'phoqwa yisimo
Mangithi ngiyacela kuthiwe ukuph' owakho uyihlo
Ngangiyingane ngimncnane ngasheshe ngafund' impilo
Ngangafuni ok'khulu nganga suthiswa ukudla uCilo
Baba kwasek'phoqa ukuthi ngiphush' uShuni Wenkabi
Ukuze ngival' indlala ngilale ngidlile kwakuyinkani
Ngiy'khoth' amanxeba umlom' ugcwel' igazi engekho engiyokhala kuye
Inyembezi zami ziwela phansi
Mina ngichwane lenyoka eshe (ang'nabazali ngintandane)
Mina ngiyinkabi edla yodwa (ang'nabazali ngintandane)
(Ang'nabani ngintandane)
Ngang' no ma no baba mina (ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
Ngang' no ma no baba mina (ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina
(Ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) Shuni we Nkabi
Ay ngiyasizwa isisho sithi isondo liyajika jika
Aw kodwa eyami impilo ilokh' izphinda phinda
Ay yebo ukwenza ak'fani khona ophila ngomshika shika
Sengiyiscefe emphakathini sengaba inkiyankiya
Ngumahlek' ebulawa uNogwaja bawudla neZinja
Abanye inkinga azopheli abanye ziphelela ku beer
Amanzi aphuzwa phansi inyoni noma zingandiza
Shuni Wenkabi hamba nami kodwa ozondayo angajika
Baba beng'fisa uk'thandaza, beng'fisa' uk'phaphatha
Kodwa int' engiyaziyo ek'khuleni kwami ukuk'nxanxatha
Lent' iyang'khathaza ayhluki nok'thakatha
Idla nazo ziyay'hlaba iNkabi udodi iyawphalaza
Akekho owang'fundisa akekho owang'khulisa
Konke kwak' lele kimi mina akekho owang'fikisa
Akekh' owangbusisa mang'khala mina akekho owang'thulisa
Ngathwala igeja ngisemncane mina akekho owang' shubisa
Mina ngichwane lenyoka eshe ang'nabazali ngintandane
(Mina ngiNkabi edla yodwa ang'nabani ngintandane)
(Ang'nabani ngintandane)
Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
Ngang' no mano baba mina (ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
Mina ngichwane lenyoka eshe ngang' no mano baba mina
(Ngang' no mano baba mina)
Ng'khumbul' uma no baba mina (ngiyamkhumbul' uma no baba mina) ey
I Nkabi Nation bayay'zonda ababemi woh
(Ngang' no mano baba mina ngiyamkhumbul' uma no baba mina)
(I Nkabi Nation bayay'zonda ababemi woh)
(Ngang' no mano baba mina ngiyamkhumbul' uma no baba mina)

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

Zakwe

Исполнитель