Kishore Kumar Hits

Chosen SG - Ngonyama текст песни

Исполнитель: Chosen SG

альбом: Yours Alone


Ngithe ngiyaqalaza, ngabon' imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza, ngabon' imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza, ngabon uthando lwakhe
Kuyilon' elingifanele imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza ngabon uthando lwakhe
Kuyilon' elingifanele imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza, ngabon uthando lwakhe
Kuyilon' elingifanele imihla yonke
Ngiyay'bonga lenkosi yami
Ngoba yangifela, esiphambanweni
Ngiyay'bonga lenkosi yami
Ngoba yangifela, esiphambanweni
Ngiyay'bonga lenkosi yami
Ngoba yangifela, esiphambanweni
Sishw' iNgonyama kaJudah bo, uJesu lo
Sishw' iNtsimb' edl' ezinye bo,uJesu lo
Owanqob' usathane
Owang' khiph' ezonweni
Ngiyam'thand owang'felayo
Intsimb' edl' ezinye
Sishw' ingonyama kaJudah bo, uJesu lo
Sishw' intsimb' edl' ezinye, uJesu lo
Sishw' ingonyama kaJudah bo, uJesu lo
Sishw' intsimb' edl' ezinye
Yaweh, yaweh, yaweh, yaweh
Sishw' ingonyama kaJudah bo, uJesu lo
Sishw' intsimb' edl' ezinye
Owanqob' usathane
Owang' khiph' ezonweni
Ngiyam'thand owang'felayo
Intsimb' edl' ezinye
Bayede ngonyama kaJudah
Sith' uphakeme, sileth' udumo kuwe
Bayede ngonyama kaJudah
Sith' uphakeme, sileth' udumo kuwe
Dumisa, Bayede, Ngonyama yezulu
Wena uMvelinqangi
Dumisa, Bayede, ngonyama yeZulu
Wena uMvelinqangi
Bayede Oh Bayede, Bayede Oh Bayede
Bayede Oh Bayede
Bayede, Bayede,Bayede, Bayede
Bayede Oh Bayede, Bayede Oh Bayede, Bayede Oh Bayede

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

NOTED

Исполнитель