Kishore Kumar Hits

Mxo - Skeem Siphelele текст песни

Исполнитель: Mxo

альбом: Skeem Siphelele


Ay, my sister
Uth' ufuna mina ngoba uyangidinga
Uth' ufuna mina ngoba ngiyamuchaza
While ngisabheka ama cherry akule party
Ma-Outie mutheleleni i savanna
Asizile ukuzodlala (as'sekho isikhathi sama games)
Asizile ukuzodlala (siphelele sekushoda i bang)
Wemame wemame wemame weh
Skeem sami siphelele
Nokthula animukhuze
Uthi ngiyamuchaza
Ntombazane awungibambe
Sondela uzongidlalela (hey wathuka!)
Sondela uzongidlalela (ishu)
Uthi ngiyamuchaza
Hey mfana sekuyovutha i skeem siphelele (hayi siphelele)
Uzothi uyathithiza induku ivulelwe (ntwana ivulelwe)
Ntwana kuyokusiza ukuthi uvele ulalele (uvel'ulalele)
Hayi wabe eseshilo relax ishu
Yey'wena sekuyovutha i skeem siphelele (hayi siphelele, ishu)
Uzothi uyathithiza induku ivulelwe (ivulelwe)
Ntwana kuyokusiza ukuthi uvele ulalele (hayi ulalele)
Hayi wabe eseshilo naye uNtobeko (uLay Z asambe)
Ngifike nama twins, Stunt Double (double)
Sabamba lama shots sawanqamula
Ugogo uyathetha awubize la uNokthula (uNokthula)
Ngicela umthule noma ephezu kwamatafula
Wenza ikwasakwasa ngathi uhlala nama pantsula
Ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle
Ngifike nama twins, Stunt Double (stunt double!)
Sabamba lama shots sawanqamula (sawanqamula)
Ugogo uyathetha awubize la uNokthula (uNokthula)
Ngicela umthule noma ephezu kwamatafula (kwamatafula)
Wenza ikwasakwasa ngathi uhlala nama pantsula (ishu)
Ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (hayi i Rifle)
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (hayi i Rifle)
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (ishu)
Wemame wemame wemame weh
Skeem sami siphelele
Nokthula animukhuze
Uthi ngiyamuchaza
Ntombazane awungibambe
Sondela uzongidlalela
Sondela uzongidlalela
Uthi ngiyamuchaza

Ay, my sister
Uth' ufuna mina ngoba uyangidinga
Uth' ufuna mina ngoba ngiyamuchaza
While ngisabheka ama cherry akule party
Ma-Outie mutheleleni i savanna
Asizile ukuzodlala (as'sekho isikhathi sama games)
Asizile ukuzodlala (siphelele sekushoda i bang)
(Wewewe, air max, ishu, ngala!)
Ubona ngila mina ngisuka le (hayi ngisuka le)
Bebethi kunzima bona itemate (hayi itemate)
Sifikile nezami manje kushubile (ishubile)
Ibaphi abanenkinga mabasondele (mabasondele)
Sqedele, vele kushubile (ishu)
Ibaphi abanenkinga mabasondele (mabasondele)
Sqedele (Sqedele) vele kushubile (ishu, asambe kanje)
Kwaze kwamnandi uku record kuLax
Engithi ngifike ngangena beWina
Ngangena nga chill
Manjeke kuyashintsha
Nalo beat ngiyawu feel.a
Ngale number siyinkinga
Mfan'wami ngiyancinza
(Ishu asambe)
Engithi ngifike ngangena beWina
Ngangena nga chill
Manjeke kuyashintsha
Nalo beat ngiyawu feel.a
Ngale number siyinkinga
Mfan'wami ngiyancinza
(Ishu, asambe kanje)
Iy'nkinga ziyancipha (asambe)
(Harmony)

(Stunt double)
(Sawanqamula)
(UNokthula, ishu)
(Hayi i Rifle)
(Hayi i Rifle)
(Ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle, hayi i Rifle ishu)
Wemame wemame wemame weh
Skeem sami siphelele
Nokthula animukhuze
Uthi ngiyamuchaza
Ntombazane awungibambe
Sondela uzongidlalela
Sondela uzongidlalela
Uthi ngiyamuchaza
Ngifike nama twins, Stunt Double (stunt double!)
Sabamba lama shots sawanqamula (sawanqamula)
Ugogo uyathetha awubize la uNokthula (uNokthula)
Ngicela umthule noma ephezu kwamatafula (kwamatafula)
Wenza ikwasakwasa ngathi uhlala nama pantsula (ishu)
Ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (hayi i Rifle)
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (hayi i Rifle)
Hayi ngiphethe ingadla-ngadla ngiphethe i Rifle (ishu)

Ay, my sister
Uth' ufuna mina ngoba uyangidinga
Uth' ufuna mina ngoba ngiyamuchaza
While ngisabheka ama cherry akule party
Ma-Outie mutheleleni i savanna
Asizile ukuzodlala (as'sekho isikhathi sama games)
Asizile ukuzodlala (siphelele sekushoda i bang)
Wemame wemame wemame weh
Skeem sami siphelele
Nokthula animukhuze
Uthi ngiyamuchaza
Ntombazane awungibambe
Sondela uzongidlalela
Sondela uzongidlalela
(Uthi ngiyamuchaza)
(Ntombazane awungibambe)
(Sondela uzongidlalela)
(Sondela uzongidlalela)
(Uthi ngiyamuchaza)
(Ntombazane awungibambe)

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

TKZEE

Исполнитель

Thebe

Исполнитель

Tuks

Исполнитель