Kishore Kumar Hits

Yallunder - Inhliziyo текст песни

Исполнитель: Yallunder

альбом: Inhliziyo


Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngizwa ngathi umphefumulo wami uyangishiya
Inhliziyo yami iyadabuka iyahlephuka umoya uyaphuka
Nakhu sengitetema zisasuka
Mehlo ami ahlezi ekhala sengiphelelwa amandla buka
Khuza
Inking'ikuphi?
Abanendaba kepha bayabuza
Noma ngingaqoma akukho engiyokuzuza
Ay suka
Sengikhathele ilenhliziyo impela
Sengifisa ukuyisusa
Lencwadi ngiyibalela ososayensi jikilele
Ngidinga usizo inmizwa yami isingijikele
Ngikuqile ngiyanincenga ngenhliziyo yami emnene
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Sengidinga umjovo wokubulala yonke lemizwa iphelele
Phela sengikhathele ukuthandwa ngezinxenye zenhliziyo
Mina ngibe ngithanda ngeyami ephelele
Ngisacela ningilekelele
Impela uthando alunamehlo
Ngisacela ningibekele
Lemizwa ihlezi ingifica mangiyibalekele
Ngisacela ningiph'izindlebe zenu kancane ningilalele
Sekuyasa phandle ngingalele
Ukuhlephuka nokuhlafaka kwalenhliziyo sekumele ngihlehlele
Ngithi ngicela umjovo ozoqeda yonke lemizwa iphelele
Angisafisi ukuthanda futhi
Makukhona inyanga engangisiza ngisacela umuthi
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Ngilekeleleni
Cishani inhliziyo
Ngiyasola ayisasebenzi
Kunye kunalemizwa yayo
Thatha yonke le mizwa
Cisha konke lokuthanda
Ngilekeleleni
Ngilekeleni
Ngilekeleni
Ngilekeleni
Angisafuni
Angisafuni ukuthanda umuntu

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

KUM

2023 · альбом

Похожие исполнители

Azana

Исполнитель

Anzo

Исполнитель

Msaki

Исполнитель