Kishore Kumar Hits

Khuzani - Elika Khuba текст песни

Исполнитель: Khuzani

альбом: Inhlinini Yoxolo (Pt. 2)


Oh, kade mina ngishay'abantu
Ngi-win-a nezindondo
Mang'qhamuka bayakhala abantu
Bashay' amavuvuzela
Oh, kade mina ngigxob'abantu
Ngi-win-a nezindondo
Mang'qhamuka bayakhala abantu
Bashay'amavuvuzela
Oh, kade ngigxob'abantu
Ngi-win-a nemincintshiswano
Bayakhala abantu bami
Bashay'amavuvuzela

Phela mina ngiyinkunzi ku lo-show
Aw, futhi ngiyi-bozza ku lomculo wami
Phela mina ngiyinkosi kulomculo
Ngiyingqongqo kulomculo
Phela ngiyinkunzi ku lengoma yami
Bashay'amavuvuzela
Ngiyingqongqo kulomculo
Aw, mina ngiyinkunzi ku lomculo
Aw, futhi ngiyan'hlula ngalomculo wami

Uma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishone le
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
Ma ngingasuka ngishone lena, ngiphinde ngishaye le
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
Uma ngingasuka ngishaye la, ngiphinde ngishaye lena
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?

Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe)
Izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, izw'elika Khuba)
Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe)
Oh, Izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, izw'elika Khuba)
Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe)
Ubani oyothi cha (elika Khuba)
Uma abalandeli sebevumile? (izw'elika Khuba)
Ngoba izw'elika Khuba, izw'elika Khuba (elika Khuba, Izwe, Izwe)
Ubani oyothi cha (elika Khuba)
Um'abalandeli sebevumile? (izw'elika Khuba)
(Elika Khuba, Izwe, izwe)
Aw, mina ngiyinkunzi ku lomculo wami (elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Aw mina ngiyi-bozza kulomculo (elika Khuba)
Ngiyingqongqo kulomculo (izwe, izwe)
Ngiyinkunzi ku lomculo wami (elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Aw, phela ngiyi-bozza kulengoma (elika Khuba)
Ngiyinkosi kulomculo (izwe, izwe)
Mina ngiyinkunzi ku lomculo (elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Ubani oyothi cha (Elika Khuba, izwe, izwe)
Ubani oyothi cha uma abalandeli sebevumile?
(Elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, izwe, izwe)
Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, Izw'elika Khuba)
Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, izwe, izwe)
Ngoba abalandeli sebevumile (elika Khuba, Izw'elika Khuba)

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

Menzi

Исполнитель

Limit

Исполнитель