Kishore Kumar Hits

Khuzani - Ungibona Ngicwebezela текст песни

Исполнитель: Khuzani

альбом: Umqhele neThawula

Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami
(Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami)

Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' isigebengu
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
Ngak'buka ngakwethemba ngangithi wena uyindoda
Kanti uzoganga uzontshontsh' intombi yami
Ngak'buka ngakwethemba ngangithi wena uzongilula
Kanti uzoganga uzontshontsh' intombi yami
Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami
(Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami)
Lwang'lay 'uthando langiqomis' isigebengu
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' isigebengu)

Ungang'bona ng'cwebebezela ungang'bona ng'cwebebezela
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami)
Wang'lanhla wang'shiya njengamathi

(Ung'bona ng'cwebezela ngifuna ukuhlabekisa ubaba womtanami)
(Ukube wawuyindoda wawungeke ungilahle nomtanami)

Ukube wawunyindoda wawungeke ungilahle njengamathi phansi
(Ukube wawuyindoda wawungeke ungilahle nomtanami)
Ukube wawunyindoda wawungeke ungilahle njengamathi
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ukube wawuyindoda wawungeke ungilahle nomtanami)
Wang'lahla wang'shiya njengamathi
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ukube ngangazi ngang'ngeke ngiqom' umatapudaka onjengawe)
(Ukube wawuyindoda wawungeke ungilahle nomtanami)

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

Menzi

Исполнитель

Limit

Исполнитель