Kishore Kumar Hits

Khuzani - Umuntu Onengane текст песни

Исполнитель: Khuzani

альбом: Umqhele neThawula

Uthando lokwakh' umuzi alufani nolomjolo
(Uthando lokwakh' umuzi alufani nolomjolo)

Aw'bhek' uthando lweqiniso kalunamehlo futhi aluboni
(Uthando lokwakh' umuzi alufani nolomjolo)
Uthando lweqiniso kalunamehlo futhi aluboni
(Uthando lokwakh' umuzi alufani nolomjolo)
Umunt' onengane uyashelwa futhi uyawakh' umuzi
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)

Ngoba umuzi awakhiwa ngamathanga eyi
(Ufuna umuntu onengqondo ufuna) ufuna umuntu okewawa
(Ufuna umuntu okewawa waphinde wavuka)
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngobuhle (ufuna umuntu onengqondo)

Ngoba umuzi awakhiwa ngobuntomb' eh! (Ufuna umuntu onengqondo)
(Ufuna umuntu okewawa waphinde wavuka)
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngamabel' entombazana (ufuna umuntu onengqondo)

Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi

Ngoba umuzi awakhiwa ngamathanga (ufuna umuntu onengqondo)
(Ufuna umuntu okewawa waphinde wavuka)
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngobuhle (ufuna umuntu onengqondo)
(Ufuna umuntu okewawa waphinde wavuka)
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngesingqe ntombazane' eh! (Ufuna umuntu onengqondo)
(Ufuna umuntu okewawa waphinde wavuka)
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)
Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi
(Nomunt' onengane uyashela naye futhi uyawakh' umuzi)

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

Menzi

Исполнитель

Limit

Исполнитель