Angisakwazi nokulala loku ngicabanga yena
Ngisabaweli ukumbona
Long distance uyayinyova
Angisakwazi nokulala loku ngicabanga yena
Ngisabaweli ukumbona
Long distance uyayinyova
Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko
Ngivele ngindize
Ngivele ngindize
Ngiyobona umuntu wami
Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko
Ngivele ngindize
Ngivele ngindize
Ngiyobona umuntu wami
Unyaka wesithathu lona
Bethi kophela ngenyembezi
Uthando lwethu alukuvumi lokho
Hhay ayy alisusi
Ayy mangizw ' iphimbo lakho ngiyajabula
Mangbon' isthombe sakho ngiyakukhumbula
Mangizw ' iphimbo lakho ngyajabula
Mangbon ' isthombe sakho ngiyakukhumbula
Angisakwazi nokulala
Loku ngicabanga yena
NgiSbwl ukumbona
Long distance uyayinyova
Angisakwazi nokulala
Loku ngicabanga yena
Ngisabaweli ukumbona
Long distance uyayinyova
Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko
Ngivele ngindize
Ngivele ngindize
Ngiyobona umuntu wami
Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko
Ngivele ngindize
Ngivele ngindize
Ngiyobona umuntu wami
Ngindize
Ngindize
Ngindize
Ngindize
Ngindize
Ngindize
Поcмотреть все песни артиста
Другие альбомы исполнителя