Kishore Kumar Hits

Sneziey - Kungumusa текст песни

Исполнитель: Sneziey

альбом: Izulu


Konke enginakho nengiyikho kungenxa yakho
Akungamandla ami nokwazi kwami kungenxa yakho
Umusa wakho nothando lwakho lungisibekela
Ngoba unguJehova ophilayo. Hallelujah!
Thatha konke enginakho uqobo lwami ngilunikela
KuweJehova ophilayo ngunaphakade
Thatha konke enginakho uqobo lwami ngilendlala kuwe Jesu
Ngoba unguJehova ophilayo. Hallelujah!
TWO
Uphakeme,Uyingcwele
Ngikubonil' uhamba nami
Ngiphel' amandla ungiqinisa
Ngiyabonga
Mina ngiwufakazi Jes' awulahlani
Uhlala njalo ungiqaphile
Ngimile nje ngihlabelela kungenxa yakho
Sneziey: (Oh thata konke) Choir: Thatha konke enginakho
Sneziey: (Thata konke Jesu nginikela
Kuwe) Choir: Uqobo lwami ngilunikela
Sneziey: (Wena wedwa Jehova) Choir:
KuweJehova ophilayo ngunaphakade (Hallelujah)
Sneziey: (Thata konke) Choir: Thatha konke enginakho (Yeah)
Uqobo lwami ngilunikela Sneziey: (Akekho omunye)
Kuwe Jehova ophilayo Sneziey: (Akekho omunye engimaziyo)
Ngunaphakade Sneziey: Thata konke!
Thatha konke enginakho uqobo lwami ngilendlala kuwe Jehova! Elohim!
Uwena, uphila phakade

Поcмотреть все песни артиста

Другие альбомы исполнителя

Похожие исполнители

HLE

Исполнитель